Odilikajele kwababanjwa oqotsheni bedlwengula owesifazane e-KZN

2017-10-17 16:05

Durban – Amadoda amabili aKwaZulu-Natal, amaphoyisa awabamba oqotsheni edlwengula owesifazane, agwetshwe odilikajele, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

USibongakonke Mazibuko, 33, noSenzo Sithole, 33, bagwetshwe eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu ngokudlwengula owesifazane, 20, waseRichmond.

Ngokusho kwalowo okhulumela amaphoyisa uColonel Thembeka Mbhele, uthe lo wesifazane wayeya kubo ephuma endaweni yokucima ukoma ngesikhathi uMazibuko noSithole bemhlasela, bemkhombe ngommese base beyamdlwengula.

OLUNYE UDABA:Bagwetshwe kanzima abadlwenguli baseKZN

"Ngesikhathi abasolwa bematasa bedlwengula isisulu, kwadlula iveni lamaphoyisa abasolwa babaleka endaweni yesigameko. Isisulu sacela usizo emaphoyiseni, amaphoyisa ajaha abasolwa abafica ababopha," kusho isitatimende samaphoyisa.

Ibamba likaKhomishana wamaPhoyisa uMajor General Bheki Langa wamukele isigwebo wabonga namaphoyisa ngokuboshwa kwabasolwa ngokushesha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.