Odokotela babheka abadlali ababili beChiefs ebebelimele

2016-11-17 13:33

Cape Town – IKaizer Chiefs isidalule ukuthi abadlali bayo ababili, uSibusiso Khumalo kanye noWilliam Twala sebeqalile ukuziqeqesha kodwa kuzodingeka ukuthi babhekisiswe ngaphambi komdlalo neMamelodi Sundowns.

UKhumalo udonseke umsipha kanti uTwala yena ushayeke edolweni ngenkathi lezi zinkunzi zaseSoweto zihlulwa yiFree State Stars kwiTelkom Knockout.

OLUNYE UDABA: Seliphethiwe icala leKaizer Chiefs kanye nomdlali

UMphathi wezokuxhumana kwiChiefs, uVina Maphosa, uthi laba bobabili sebezolulama kanti futhi bangase badlale emdlalweni omkhulu nezikaPitso Mosimane.

“Basabhekwa futhi bangaphansi kokuhlolwa. Bayaziqeqesha, kodwa ayikho into esamenyezelwe ngabo mayelana nokuthi bakhona noma abekho,” kusho uMaphosa engeza ngokuthi laba sebeziqeqesha ngokuphelele.

IChiefs neSundowns bazotholana phezulu ngoMgqibelo enkundleni yezemidlalo iLoftus Versveld Stadium, emdlalweni okulindeleke ukuba uqale ngo-15:30 ntambama.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.