OIwesilisa utholakale elenga esihlahleni

2017-06-01 11:01

Johannesburg - Owesilisa ongaziwa kukholakala ukuthi uzilengise esihlahleni esinameva washona endaweni eyihlathi esePaddonhutst kwaBulawayo.

Obezidlulela ngendlela uhlangabezane nesidumbu ngoMsombuluko ekuseni kodwa wanganaka ukuthi besilenga esihlahleni.

Umthombo ongafunanga ukudalulwa uthe lowo obedlula ngendlela ekuseni uqale ukubanezinsolo ngesikhathi esedlula futhi ntambama ngabo-14:00 ebona owesilisa kungathi usami endaweni eyodwa.

Umthombo othi obone isidumbu uqale wacabanga ukuthi uyachama umufi ngesikhathi edlula okokuqala. Kodwa ngokuhamba kosuku – esembona okwesibili emi endaweni eyodwa – ubenokwethuka.

OLUNYE UDABA: Ukhandwe ngamatshe wabulawa okhulelise ngaphandle

Ube esesondela, nokuyilapho-ke ebone khona ukuthi ubelenga esihlahleni. Umthombo uthi uma ubunganakile ubungaze uzitshele ukuthi izinyawo ziphansi kanti ziphakeme kancane.

Kuthiwa izakhamuzi zithe kazimazi umufi.

Okhulumela amaphoyisa akwaBulawayo u-Inspetor Abednico Ncube uthe umufi uneminyaka ephakathi kwengu-30 no-40 ubudala.

Uphinde wathi kuphenywa ngokufa kwakhe.

- Chronicle 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.