Oka-AKA ukhiphe imifundaze emibili

2016-07-22 12:31

Cape Town - Isihlabani sakumabonakude esiyindlovukazi yakho konke uBonang "Queen B" Matheba senze okuhle sanikelela abantu besifazane ngemifundaze.

Ngesonto eledlule isitshudeni u-Asanda wabhala enkundleni yezokuxhumana iTwitter sicela usizo ngemali yokukhokha esikoleni. "Ngidinga imali engu-R6 110 wokukhokhela i-semeter yesibili esikoleni ungakapheli uJulayi. Ngicela usizo," ebhala kuTwitter.

OLUNYE UDABA: 'lusavutha amalangabi olukabonang no-AKA'

UBonang washabasheka, ephuthuma eyophendula uAsanda kuTwitter. NgoLwesine zonke izifiso zakhe zafezeka!

UBonang akagcinanga lapho kodwa waqhubeka wanika omunye umlandeli umfundaze yaseBoston House.

Lesi sihlabani sichaze enkundleni yezokuxhumana i-Instagram sathi uXoli sabahsayela emsakazweni ucingo sicela ukusizwa ngemali emasontweni ambalwa adlule wabhalisa esikoleni.

"Ngiyabonga Xolo no-Asanda ngokungethemba."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.