OkaDlamini usejoyine iSupersport

2017-01-29 18:05

Johannesburg - UMinenhle Dlamini, 26, usemenyezelwe ngomethuli omusha wohlelo olusha oluzadlala ku-Supersport.

Ngokwesitatimende esikhishwe yile shaneli, okaDlamini yzokwethula uhlelo olusha lokungcebeleka oluzadlala kuMzansi Magic.

Lolu hlelo luqoshwe ngokubambisana phakathi kwalawa mashaneli womabili nokusho ukuthi uzosebenza nasezinhlelweni ezithinta ezemidlalo ku-Supersport.

OLUNYE UDABA:UMinnie uthi 'abangani baKhune' bamsabisa ngokumbulala

UMphathi weSuperSport uGideon Khobane ukhithe isitatimende esithi: “Kuyintokozo kithi ukwamukela uMinnie. Uyintokazi ethandekayo neyingxenye yabantu abahamba phambili embonini kaqedisizungu kuleli.”

UMinnie Dlamini uthe ulijabulele kakhulu leli thuba futhi ulindele okuhle kodwa ngalo msebenzi, kubika iSunday World.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.