OkaMandela uthi abajeze abenza inkohlakalo emngcwabeni kaNelso Mandela

2017-12-14 08:00

Cape Town – UMandla Mandela ngoLwesithathu uzwakalise ukukhathazeka ngezinsolo zenkohlakalo ezizungeze udaba lomgcwabo kamkhulu wakhe uNelson Mandela.

Ngemuva kokwethula inkulumo yakhe emhlanganweni okhethekile kuMasipala iKing Sabata Dalindyebo Local Municipality ngombhiko woMvikeli woMphakathi.

Lo mbiko uveza ukuthi yize izwe beligubezelwe yifu elimnyama ngokudlula kukaMandela, kukhona labo abebebheke ukwenza inzuzo enkulu ngomngcwabo yakhe ngokuguqula amanani nokungalandeli imigomo ebekiwe kahulumeni.

OLUNYE UDABA:‘Akuyona imfihlo ukuthi uSfiso Ncwane wathwala ngathi’

Ukhiphe isitatimende sokuthi lezi zinsolo kumele ziphenyisiswe kuze kufikwe enkantolo khona kuzokuba nobulungiswa. Uma kuvela ukuthi lezi zinsolo ziyiqiniso, abathintekayo kumele babhekane nengalo yomthatho.

“Akwamukelekile ukuthi umlando owakhiwe ngokuthembeka, futhi ohlonipheke ngale ndlela udicilelwa phansi ngosomathuba abenza ubugebengu,”kusho yena.

UMvikeli woMphakathi uBusisiwe Mkhwebane ukhiphe lo mbiko oveza ukuthi kusetshenziswe imali elinganiselwa ku-R300m obekumele isetshenziselwe ukuthuthukisa impilo yabahlwempu esifundazweni sase-Eastern Cape, kodwa yasetshenziswa budlabha emngcwabeni walowo owayengumengameli wakuleli uNelson Mandela.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.