OkaMgqumeni ulaxaze oSaziwayo wajoyina izimbangi

2017-01-29 17:02

Durban -  Indodana yenkakha yomculo kaMaskandi uMgqumeni isiveze ukuthi isabashiyile oSaziwayo.

ULusanda Khumalo, 16, ulaxaze leli qembu wajoyina izimbangi ama-AK47, kubika iSOLEZWE.

Lo mculi uthi ugcine ngoDisemba nyakenye ukusebenzisana naleli qembu futhi akazimisele nokubuyela kulona.

Ama-AK47 aholwe uJaiva Zimnike naye owayeyingxenye yosaziwayo kodwa wagcina eshiyile ngemuva kwengxabano noKhangelani Mhlongo osesele yedwa.

OLUNYE UDABA:Umculi kaMaskandi upheke kabusha izingoma lapho egadla khona kuzakwabo

Ebuzwa ngalezi zinguquko uLusanda uthe: "Mina sengizimisele ukusebenzisana nama-AK47 futhi ngase ngikhulumile nawo awuma."

Lo mculi uveze ukuthi ubengasaphathekile kahle koSaziwayo kodwa ephoqwa unina owayelokhu embuyisela ngisho kungemnandi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.