OKlebe bakhiphe umehlokaboni ngelokubulawa kukanjiniyela

2017-01-28 17:01

Mpumalanga - UPhiko loKlebe seluveze ukuthi luzokhipha umehlokaboni wenani lika-R100k ngemininingwane mayelana necala lokubulala.

Lokhu kumayelana necala lokubulawa kukaMichael Phelembe wasendaweni yasePienaar.

UPhelembe wayengunjiniyela osebenzela umnyango wezokusebenza futhi engusopolitiki oqavile kule ndawo.

OLUNYE UDABA:UCassper ukhiphe umehlokaboni ka-R50 000 elahlekelwe wumgexo

Lo mlisa wadutshulwa ngabantu abangaziwa engena emzini wakhe ngoMeyi wonyaka odlule.

Uma kukhona onulwazi mayelana nokubulawa kukaPhelembe angaxhumana nomseshi Upd Nkosi ku-082 3039 746.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.