OKlebe baphenya ngokubulawa komndeni eLawley

2016-08-15 07:52

Lawley –Uphiko olukhethekile lwabaseshi ilona elizophenya ngesigameko sokubulawa kwamalunga omndeni owodwa ngoMgqibelo eGoli, eNCA.

Kuthiwa izigebengu ezine zigasele emzini oseLawley zabopha umama, umakoti wakwakhe kanye nezingane zakhe ezimbili ngaphambi kokubadubula.

OLUNYE UDABA:Umndeni weNdidane uthi uyazi ngokuthi wayeyinkabi

Kuthiwa uSiyabonga Dlamini, obekunguyena yedwa obesebenza kuleli khaya, wadutshulwa ngesonto eledlule kwesinye isigameko.

Okhulumela izihlobo uthi, laba ababekade bezama baze bagcina sebembulele uDlamini, yibona ababulele lomndeni.

“Ubesezanywe kathathu uDlamini, kanti okwamanje akukaqondakali ukuthi lokhu kumayelana nokushushumbiswa izidakamizwa kodwa siluthathela phezulu lolu phenyo ngoba kubulewe umndeni wonke,”kusho umphathi woKlebe uMajor General Berning Ntlemeza.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.