OKlebe baphenya ngokuputshuka kolwazi oluyimfihlo olusencwadini kaJacques Pauw

2017-11-09 18:00

Johannesburg - OKlebe sebeqinisekisile ukuthi baphenya ngokuputshuka kolwazi oluyimfihlo olube selubonakala lushicilelwe encwadini kaJacques Pauw esematheni kulezi zinsuku esihloko sithi The President's Keepers

"OKlebe baphenya ngokuthi ngabe lolu lwazi luputshuke kanjani njengoba lungoluvikelekile ngokweNational Strategic Intelligence Act," kusho uBrigadier Hangwani Mulaudzi etshela iNews24. 

Ube eseqinisekisa nokuthi icala livulwe yiState Security Agency kanti oKlebe sebejutshwe ukuba baphenye umsuka walolu lwazi. "Alikho icala elivulelwe uJacques Pauw," kusho uMulaudzi.

Khonamanjalo, okhulumela iState Security uBrian Dube utshele i-eNCA ukuthi leli cala livulelwe uPauw. 

OLUNYE UDABA: U-SARS uzoyithathela izinyathelo eyencwadi ebhalwe ngoMengameli Zuma

Unkosikazi kaPauw, uSam Pauw, utshele iNews24 ukuthi umyeni wakhe uyazi ngaleli cala kanti kumanje uxhumana nabameli ukuze bathola ukuthi kumele bathathe ziphi izinyathelo.

Incwadi kaPauw isithole okukhulu ukugxekwa yilabo abadlelana noMengameli Jacob Zuma njengoba iveza izinsolo zokuthi uMengameli wayekhokhelwa ngusomabhizinisi uRoy Moodley u-R1m njalo ngenyanga ngo-2009 esevele esengumengameli, ngaphandle kokudalula le mali kwa-SARS. ISunday Times yashicilela isiqeshana esisencwadini kaPauw. 

I-SSA yakhipha isitatimende yazwakalisa ukuthi ifuna lo mbhali ayihoxise le ncwadi futhi kumiswe nokudayiswa kwayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.