OKlebe bayaqhubeka nemizamo yokubuyisa kuleli abakwaGupta

2018-04-05 09:30

Johannesburg – OKlebe basebenza ngokuzikhandla nezinye izinhlaka ukubuyisa izelamani zakwaGupta eNingizimu Afrika ukuze zibhekane namacala enkohlakalo.

OKlebe bathi kunencwadi egunyaza ukuboshwa kwabo eyakhishwa.

U-Ajay Gupta ubonakale eDubai ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Kwande imibuzo kunezimpendulo ngokubulawa kwezingane

Usomabhizinisi waseNingizimu Afrika uqophe u-Ajay ephuma emahhovisi enxusa laseNdiya eDubai.

OKlebe bathi basaphothula uphenyo lwabo mayelana nabakwaGupta.

"Simfuna abuyele eNingizimu Afrika…Singambuyisa ukuba azophendula ngawo wonke amacala.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.