OKlebe bazolekelela ithimba eliphenya ngokubulawa kwabezombusazwe eKZN

2016-07-19 16:01

Durban - Sekucelwe uphiko loKlebe ukuba lilekelele ekuphenyeni izigameko zokubulawa kwabezombusazwe esifundazweni sakwaZulu-Natal, kubika iSABC.

Angaphezu kweshumi amalunga e-ANC amele ukhetho abulewe selokhu kwaqala imikhankaso. NgoMsombuluko kubulewe amalunga mabili ale nhlangano eMnambithi naseHarding.

OLUNYE UDABA:OKlebe baphenya ngokubulawa kwephoyisa

Kusungulwe nethimba elikhethekile elizophenya kabanzi ngalezi zigameko kanti uKaputeni uSimphiwe Mhlongo wophiko loKlebe kulesi sifundazwe unxusa umphakathi ukuba usize ngolwazi.

“Uphenyo luyaqhubeka, kanti kunamalunga ophiko loKlebe kuleli thimba labaphenyi. Sisebenza ngokukhulu ukuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi abasolwa bayatholakala,”kusho uMhlongo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.