Okufanele ukwenze uma ufuthwe nge-Doom ebusweni

2016-11-23 10:00

Johannesburg - Njengoba abantu abaningi bezama ngayo yonke indlela ukugwema ukufuthwa nge-Doom emehlweni, kunabantu abakuvumelayo lokho.

Amalungu ebandla loMphrofethi uLethebo Rabalago, iMount Zion General Assembly, eLimpopo, avuma ukufuthwa nge-Doom ebusweni ngesikhathi kuqhubeka inkonzo yomthandazo ngempelasonto.

Nakuba uRabalago ethi iDoom ngeke ikulimaze uma ukholelwa emandleni kaNkulunkulu, abakhiqizi be-Doom bathi lesi sifutho siyingozi empilweni yomuntu njengoba kubhaliwe nasebhodleleni layo.

OLUNYE UDABA: INGOSI: Akungadlalwa ngomfundisi we-Doom, abazalwane abangenangqondo

IDoom yakhelwe ukubulala izinambuzane kanti inamakhemikhali ayingozi axutshelwe ukubulala zona.

Ukuhogela la makhemikhali esehlanganisiwe kungadala ukuba umuntu abenesicanucanu, abuyise, abenesiyezi, kube buhlungu emphinjeni aphinde aphathwe yikhanda, kanti kungaholela nasekufeni.

Nakhu okufanele ukwenze uma ufuthwe ngokokubulala izinambuzane:

1. Geza ubuso namehlo ngamanzi ngokushesha.

2. Zama ngayo yonke indlela ukugwema ukuhogela.

3. Thola usizo lukadokotela ngokushesha uma uxhophekile noma ukhingcekile. 


 - The Citizen

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.