Okwangaphansi okuzokusiza uvalele umsuzo ngaphakathi, ungezwakali

2017-10-24 19:29

Johannesburg - Umsindo wokusuza uvame ukuphathisana ngamahloni, ikakhulukazi uma uzophunyuka uhleli nabantu.

Ngenhlanhla sekukhona imizamo eyenziwe ukugwema lesi simo ngempahla yangaphansi enomshuqulo wazo onamakha e-mint.

Ngokusho kukaSalim Ishmael, ongumnikawe wesitolo esiseChina Mall, eGoli, baningi abantu abathenga le mpahla yangaphansi.

Uthi amakhasimende angathenga umshuqulo wodwa ofakwa ephentini noma e-andeni noma empahleni yangaphansi ongayigqoka nengubo.

“Angikayizami kodwa baningi abantu abayithengayo,” kusho yena.

OLUNYE UDABA:Uyaziphumela umsuzo kosekhathele ucansi lwangemuva

Omunye wamakhasimende okungowesimame uthi wathenga imishuqulo ka-R15.

“Engikusaba kakhulu uma ngisothandweni olusha wukusuza phambi kukaphathina wami. Le mishuqulo inamakha e-mint, futhi awuzwa lutho uma usuza,” kusho lo wesimame.

UBongani Ntenje, 24, uthe: “Ngiyafuna ukuyizama le mpahla yangaphansi kodwa angazi ukuthi isebenza kanjani. Ngiyamuncoma lo oqhamuke nesu lokwenza le mishuqulo.”

UNtenje uthembise ukuthi uzozithengela yena nentombi yakhe ukuze nabo bakwazi ukusuza ngokukhululeka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.