Olwamanqamu ngokudayiswa kwesikhundla seFree State Stars kuPSL

2016-07-20 16:03

Durban - Sekusondele elamanqamu ekudayisweni isikhundla seFree State Stars sePSL kuMoroka Swallows, kubika iSowetanlive.

Usihlalo wePremier Soccer League u-Irvin Khoza uthi iFree State Stars kanye neMoroka Swallows ziselelwe isonto ukuqedela isivumelwano sabo.

UKhoza uthe abanaso isiqiniseko sokuthi iSwallows ethenga isikhundla seFree State Stars ngoba bona bathola isicelo esisuka kwi-Trust.

OLUNYE UDABA:Isidaluliwe imali efunwa uPienaar uma ebuyela ku-PSL

"Njengoba sikhuluma nje asibazi laba bantu ngoba sazi ukuthi i-trust. umuntu esimaziyo uMnu Lesufi,"kusho uKhoza kwinkomfa emahhovisi amakhulu e-PSL eParktown.

Uqhubeke wathi okwamanje asikenziwa isivumelwano phakathi kwezinhlaka zombili ngoba nabo basalinde umbiko.

"Siphoxekile ngoba basheshe bayikhipha indaba isivumelwano singakenzeki,'kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.