Omabhalane balahlwe yicala lokukhwabanisela iSAPS

2017-06-28 11:00

Cape Town – Omabhalane ababili abasebenza ngaphansi kophiko lwamaphoyisa agcina ukuthula emphakathini balahlwe ngamacala okukhwabanisela iSA Police Service, kusho oKlebe eNorthern Cape ngoLwesibili.

UMzwandile Revelation Makupeni, 38, noPrince Agisanang Pico, 39, bazivumele ukuthi baqamba amanga ngokuhambisa amaphepha angombombayi afakazela uhambo lomsebenzi abaluthatha izikhawu eziningi phakathi kukaMeyi 2013 noJuni 2014 ukuze bezobuyiselwa imali, bengakaze bayendawo, kusho uCaptain Philani Nkwalase.

Laba bacela abezindawo zokulala izivakashi ukuba babanikeze ama-quotation kanti bafuna ukuwashintsha benze sengathi yimali abayikhokhele lezi zindawo ngesikhathi belele kuzona behambe ngokomsebenzi.

OLUNYE UDABA: Ukhala ngokuphucwa iqatha emlonyeni ophucwe imali esefikile kubaqwayizi

Imali abayiqola ingaphezu kuka-R50 000 isiyonke.

Laba baqale bavela eNkantolo yesiFunda eKimberley ngo-Agasti 2015.

NgoMsombuluko, inkantolo ibahlawulise u-R20 000, noma iminyaka emine bebhadla ejele, kodwa isigwebo silengiswe ngeminyaka emihlanu ngombandela wokuba bangalahlwa yicala elifanayo.

Baphinde bayalelwa ukuba babuyisele emaphoyiseni imali engu-R19 000.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.