Omunye umculi ogilwe abama-SAMA

2017-06-04 13:51

Durban - UMusa Sukwene wengoma eshisa izikhotha ethi Mthande waphuthelwa yinqwaba yamavoti ngenxa yokuthi abama-SAMA bakhipha inamba okungeyona ngesikhathi kumenyezelwa inamba okuthunyelwa kuyo amavoti.

Lokhu kuvezwe yiphephandaba iSunday World ukuthi ikomidi okuyilona elaliphethe lomsebenzi lakhipha inamba yalo mculi ngqo esikhundleni sokukhipha inamba okuyiyona okumele kuthunyelwe kuyo amavoti.

Inamba yalo mculi yavela ohlelweni iLiveAmp ngesikhathi kugqugquzelwa ababukeli ukuba bavote ngobuningi babo bavotele abaculi ababathandayo.

UMusa uthi wayelokhu ethole imilayezo ilandelana abathandi bomculo wakhe bevota kuye ngqo.

OLUNYE UDABA:Asebuyele ‘ekhaya elidala’ ama-SAMA Awards

Lo mculi uthi waze washintsha inamba yakhe exakwe amavoti.

USihlalo wama-SAMA uThobela Dlamini uthe baxolise kakhulu enkampanini okuyiyona ephethe lo mculi ngalokhu okwenzekile.

“Sixoxisana ngqo nenkampani yakhe hhayi naye,”kusho uDlamini.

Kuse njalo leli komidi libuye laxolisa kakhulu ngokuphakamisa ama-video amabili kaNasty C yize engakaze adlale kumabonakude, kubika iSunday World.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.