Ona-13 unesifo sokungakhuli unomzimba wengane encane

2017-12-16 11:30

Britain - Umfana waseBritain akakwazi ukukhuluma nokuhamba futhi uzohlala enomzimba wengane encane, lokhu kwenziwa wukuthi unesifo esingajwayelekile sokungakhuli.

U-Angus Palmes waseMacclesfield eCheshire unesifo esingajwayelekile kanti izazi zisibiza ngokuthi yi-translocation of 15/22 with partial trisomy 22q12.3”.

Ngokubika kwephephandaba i-The Sun lo mfana wabonakala enamsonto amathathu ukuthi unalesi sifo.

Lo mfana usebhekane nezinkinga eziningi zezempilo ngenxa yalesi sifo njengoba ngesikhathi eneminyaka emibili, waphathwa yi-meningitis wahlinzwa izikhathi ezimbalwa esiswini.

OLUNYE UDABA:Usesitokisini owaphoqa ingane ukuba idle indle yayo

Umama wakhe uthi wayedidekile ngesikhathi odokotela bemtshela ukuthi ingane yakhe inesifo esingajwayelekile.

“Ngangididekile ngingazi ukuthi bachaza ukuthini, ngangingacabangi ukuthi lokhu kusho ukuthi uzohlala eyingane impilo yakhe yonke.

Lo mama uthi ingane yakhe ihlezi ithokozile futhi iyathandeka, uma abantu bembuza ukuthi ingakanani uthi uyabatshela ukuthi ina-13, bona bacabange ukuthi usho izinyanga.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.