Ona-17 oshadelwe ona-71 udalule ukuthi uyazifela ngezalukazi

2016-07-18 14:30

Florida - Abangani namalungu omndeni ebhungu elineminyaka engu-17 ubudala eSevierville, eTennessee bashaqekile ngemuva kokuzwa ukuthi likhethe ukushada nesalukazi esineminyaka engu-71 ubudala ahlangana naso emngcwabeni emasontweni amathathu adlula.

U-Almeda Errell, 71, noGary Hardwick, 17, bahlangana emgcwabeni wendodana yakhe uRobert.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abantshontshe izibhamu befuna ukudubula amaphoyisa

Emasontweni amathathu adlule ngemuva kokuhlangana okokuqala babazi bobabili ukuthi bafuna ukuba ndawonye baze bahlukaniswe wukufa njengoba bashada.

U-Errell osebenza esitolo sokudla uthe ubengafuni ukuthandana nebhungu kodwa uHardwick uvele wafika ngesikhathi esikahle.

Lo mama onezingane ezine ubesosizini kulandela ukushonelwa yindodana yakhe endala, wazithola eyedwana esedinga isoka, kubika i-wwww.

UHardwick udalule ukuthi vele uyabathandan abantu besifazane asebekhulile kunaye kanti ubethandana nowesifazane oneminyaka engu-77 ngesikhathi ehjlangana no-Errell okokuqala.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.