Ona-53 ayikho inhlobo yesikhali angalali naso ukuzivikela

2017-11-10 09:32

Johannesburg - Owesifazane oneminyaka engu-53 ubudala waseGunguluza e-Uitenhage ubhekana nobugebengu ngendlela yakhe njengoba singekho ingekho inhlobo yesikhali angasiphathi.

UNomthandazo Brook ulala nesando, imbazo nenqwaba yezimfologo uma eseyolala ebueuku.

Uthi izigameko zodlame olubhekliswe kwabesifazane eNingizimu Afrika ezimenza ukuba aqhamuke namasu okuzivikela.

OLUNYE UDABA:Kudlwengulwe ugogo, 91, eKZN

Uthi kukhona owangqongqoza emnyango wakhe ngo-Okthoba kodwa wazithulela nje.

"Yilapho-ke engaqala khona ukulala nezikhali.

"Kunezigebengu yonke indawo la ngaphandle futhi ziyazi ukuthi ubani ohlala yesdwa nongahlali yedwa kwakhe."

UBrook wayethatha amakilasi ekarate.

"Ngangenza amakilasi ekarate eProve Yourself Karate Club. Ngayeka ngemuva kokukhahlela amadoda amaningi."

UBrook uphinde abe nezincwadi zokudubula.

"Ngemuva kokuthola isitifiketi, ngathenga isibhamu!

Ngilala nazo zonke izikhali zami."

 - Daily Sun

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.