Ona-60 uthi usekhathale indodakazi yakhe ekipite nesoka, 61, emzini wakhe

2016-07-15 11:30

Bulawayo - Indoda yaseBulawayo ethi isikhathele ukukipita kwendodakazi yayo eneminyaka engu-25 ubudala nesoka layo elineminyaka engu-61 ubudala emzini wayo isicele incwadi yokuba bakhishwe enkantolo.

U-Eugene Moyo, 60, ucele incwadi yokuba kukhishwe u-Isiah Moyo ozwana nendodakazi yakhe uLorraine Nozipho Moyo.

OLUNYE UDABA: Ubulale umkhulu wakhe obethunywe ukhuni

U-Eugene uthe kumyamudina ukuthi indodakazi yakhe ifune ukuhlala nendoda endala, engaba nguyise kuyo.

"Laba bobabili kungezeka nokuthi bahlobene ngoba banesibongo esifanayo. Uma befuna ukuthandana kufanele bakwenze emzini wabo.

Imantshi ivune u-Eugen ngencwadi, kubika iBulawayo24.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.