Ongeniswe esibhedlela uzimeteze phambi kwenesi wase echama phansi

2016-07-27 14:30

Darwin - Iboshiwe indoda ngecala lokungaziphathi kahle ngemuva kokuzimeteza phambi kwenesi esibhedlela, kusho amaphoyisa ase-Australia.

Njengamanje uRoss Yulidjirri waseDarwin ugwetshwe amasonto amahlanu ebhadle ejele.

OLUNYE UDABA: Ubeyisiguli odubule udokotela wase eyazibulala

Ngokusho kwamaphoyisa uYulidjirri uboshiwe wase engeniswa esibhedlela ngemuva kokutholwa ephuzile emgwaqeni nakuba engavunyelwe ukuba aphuze.

UYulidjirri ubecwile ezinkambini ngalendlela yokuthi ungeniswe esibhedlela baze baphela utshwla emzimbeni.Ngesikhathi esesibhedlela uvele wakhipha ubuntu bakhe wase eqala ezimeteza phambi kwenesi ngaphambi kokuchamela phansi, kubika iwwww.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.