Ongoti baxwayisa ngama-side effect ama-ARV

2016-08-11 08:00

Cape Town – Ongoti abasebenza ngesibindi somuntu base-University of Cape Town sebethole ukuthi kumana-side effect angajwayelekile alimaza isibindi kulabo abathatha ama-ARV.

I-Efavirenz ayivamile ukuthi ilimaze isibindi, kepha kunesibalo sabantu abasebancane – ikakhulukazi abesifazane – abadla ama-ARV abangaba sengozini yale side effect.

Uma le side effect inganqandwa ngokushesha, ingaholela ekushoneni kwalowo othintekayo.

I-UCT ikhiphe isitatimende yathi lolu cwaningo lwenzelwe ukuthi odokotela babe mehlomane, baqaphele uma kukhona okungahambi kahle ezigulini zabo ezithatha imishanguzo yokuthithibalisa igciwane lesandulela ngculazi.

OLUNYE UDABA: Ezintsha ngama-ARV kwabanesandulela ngculazi

Nokho-ke ongiti baxwayise umphakathi ukuthi ungatatazeli.

USolwazi Francois Venter‚ oyisekela likamqondisi weReproductive Health and HIV Institute‚ eWits, uthe: “Le side effect ayejwayelekile, kepha kumele iqashelwe. Ngenhlanhla abezempilo basheshe bayibalule ezigulini.”

Thola umbiko ophelele kuSowetan.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.