Ongqongqoshe bamazwe ase-Afrika bazoba nomhlangano omkhulu kowe-Travel Indaba

2018-05-08 16:00

eThekwini - ONgqongqoshe bezokuvakasha kusukela emazweni ase-Afrika bazoba nomhlangano ukuqinisa ubudlelwano kulemboni.

Lokhu kuvezwe wuNgqongqoshe wezokuVakasha wakuleli uDerek Hanekom eThekwini ngaphambi kokuvulwa kumcimbi iTravel Indaba.

UHanekom uthi lo mhlangano ubaluleke kakhulu ekuqiniseni ukusebenza ngokubambisana kulelizwekazi lase-Afrika.

Isiqubulo salo mhlangano sithi, Integrated Regional Tourism – A tool for economic development, (Ubumbano kwisifunda kwezokuvakasha, yilona thuluzi lokuthuthukisa umnotho) kanti uvuleleke koNgqongqoshe bezokuvakasha, izazi zezokuvakasha kanye nababamba iqhaza elibalulekile kulemboni.

OLUNYE UDABA:ITourism KZN nohlelo lokuqwashisa abasebenza kwezokuvakasha

"Imboni yezokuvakasha e-Afrika ikhula ngamandla futhi iheha izivakashi eziningi ezinothando lwezamasiko.

"Ukukhula kwale mboni kufuna nathi sihlale phansi siqhamuke namasu okuqinisekisa ukuthi siyakwazi ukumelana nokwanda kwesibalo sabavakashi futhi siyayithuthukisa nemikhiqizo yethu yezokuvakasha,"kusho uHanekom.

Kulindeleke ukuba lomhlangano uhanjelwe oNgqongqoshe base-Angola, Kingdom of eSwatini, Lesotho, Mozambique, Namibia, Uganda, Zambia naseZimbabwe.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.