Ophazamisekile ngokomqondo ezinsolweni zokubulala intombazane

2017-06-03 13:09

Durban – Owesilisa ophazamisekile emqondweni usolwa ngesigameko sokubulala intombazane eneminyaka engu-12 ubudala, eMaoti, ngaphandle kweTheku.

Isidumbu sale ntombazane sitholakale ehlathini ngasemzini kagogo nomkhulu wayo ngoLwesithathu ngemuva kokuthi umama wayo ekade eyithumile, kubika iDaily News.

UThobeka Ndlovu, obenza uGrade 7 eZwakele Primary School, ubethunywe ukuba ayolanda isikhaftini sika-anti wakhe kagogo, kepha wangabe esabuya.

Kuthiwa le ngane itholakale inklinyiwe, isikhaftini esinokudla siseceleni kwesidumbu sayo, ngokusho komndeni.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sesalukazi sigwaziwe emzini waso

Umndeni ukholelwa ekutheni le ngane ibulawelwe kwenye indawo yase izobekwa la itholakale khona.

Ngokusho komakhelwane, kuthiwa uNdlovu wagcina ukubonakala ejahwa wuhlanya lwasendaweni ngaphambi kokuba atholakale eseyisidumbu.

Okhulumela amaphoyisa uLietanent Colonel Thulani Zwane uthe kutholakale izintambo zikagesi eziyingozi eduzane nesidumbu sikaNdlovu.

Okwamanje akwaziwa ukuthi yini eholele ekushoneni kwakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.