Osolwa ngobugebengu ugwilize ebalekela iqulu labantu eMlazi

2017-02-05 11:00

Johannesburg - Amaphoyisa avule idokodo ngemuva kokugwiliza kwendoda esolwa ngokuba yisigebengu emfuleni oseMlazi KwaZulu-Natal ngemuva kokuzama ukubalekela iqulu labantu ebelimuhlasela.

Kusolwa ukuthi le ndoda ibiyingxenye yabathathu abebejahwa yileli qulu ngemuva kokugwaza nokubamba inkunzi ilungu lomphakathi.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe obulale isigebengu kwakhe

Abanye abasolwa bakwazile ukubalekela leli qulu kodwa indoda, 21, ibalekele emfuleni yagwiliza.

Okhulumela amaphoyisa uNqobile Gwala uthe, "Kusolwa ukuthi umufi nabasolwa ababili baphuce isisulu iselula no-wallet waso obunemali.

"Amaphoyisa avule idokodo ukuze kuzophenywa. Isisulu esigwaziwe siphuthunyiswe esibhedlela, siyolashwa."

 - EWN

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.