Osolwa ngokubulala uhlaselwe wumphakathi uziphindiselela

2017-06-06 07:14

Bushbuckridge - Owesilisa osolwa ngokubulala intomazane, 14, uhlaselwe wabulawa wumphakathi ngaseBushbuckridge, eMpumalanga ngoMsombuluko.

Izakhamuzi zakule ndawo zithathe umsolwa zamhudulela lapho okutholakale khona isidumbu sikaShiluva Mthethwa washiswa.

"Sikhathele abantu abanesihluku emphakathini wethu kanti futhi uma amaphoyisa engazimisele ngokungenelele akukhe esingakwenza ngaphandle kokuzibambela thina ngoba kuyacaca ukuthi asisaphephile," kusho omunye wezakhamuzi ongafunanga igama lakhe lidalulwe.

UMthethwa waseThulamahashe watholakala ngasexhaphozini eliseduze naseBuyisonto.

Udadewabo uZenzo Mthethwa uthi wathunjwa ezintatha zangeSonto walethwa kule ndawo lapho afike agxotshwa khona ngamatshe waze washona.

"Umzimba wakhe ubulimele kabi kubonakala ukuthi ubeshaywa ngamatshe," kusho uMthethwa.

OLUNYE UDABA:Ikhandwe ngamatshe yashona indoda eBloemfontein

UMthethwa uthe omunye wabasolwa wawisa umakhalekhukhwini wakhe. Bawunikela amaphoyisa ukuze bakwazi ukuthola umkhondo womnikazi.

Okhulumela amaphoyisa aseMpumalanga uSergeant Gerald Sedibe uthe kuphenywa amacala amabili okubulala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.