Osolwa ngokudayisa izidakamizwa uzovela kusasa enkantolo

2017-09-25 12:27

Cape Town - Kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yase-Eastern Cape ngoLwesibili otholwe nezidakamizwa ezilinganiselwe emalingi engu-R1.8 million.

Le ndoda iboshwe efulethini lalo e-East London ngempelasonto.

OLUNYE UDABA:Kuxwayiswa abacabanga ukushushumbisa izidakamizwa kuleli

Amaphoyisa athole izidakamizwa zohlobo lwe-tik ne-cocain kufihlwe esisefeni.

U-Anelisa Feni wamaphoyisa ophiko loKlebe uthe: "Bathole imali engu-R12 500 namathuluzi okukholakala ukuthi yiwo asetshenziselwa ukukwenza i-cocaine. Uzovela ngoLwesibili enkantolo."

 - EWN


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.