Osolwa ngokudlwengula washiya u-wallet wakhe endaweni yesigameko

2017-06-20 07:03

Johannesburg - Indoda efunelwa ukuduna imoto nokudlwengula owesifazane ngoDisemba 2016 yashiya isikhwama semali ngemuva kokwenza leli cala.

UCaptain Xoli Mbele, uthe owesifazane, 31, owayehamba ngemoto yohlobo lwe-Mercedes C32, wahlaselwa amadoda amabili ngesikhathi ema eLeonard Cafe eBooysens ngoDisemba 2016.

UMbele uthe la madoda akhomba lo wesifazane ngesibhamu amphoqa ukuba angene ngemuva emotweni yakhe ngaphambi kokuyishaya izule.

Kuthiwa bamsabisa ngokumbulala.

OLUNYE UDABA:Anginawo amankwahla - Umdlwenguli

Wadlwengulwa izikhawu eziningi esigangeni eLawley.

"Bamshiya kanjalo ehlathini, ngemuva kwesikhashana wasizwa amalungu omphakathi," kusho uMbele.

Eyodwa yala madoda eyadlwengula lo eyadlwengula lo wesifazane yashiya isikhwama semali esasinezincwadi zokushayela ngaphakathi.

Le ndoda yahlonzwa ngelikaLungelani Shamase, 26.

UMbele uthi waze ngesigameko ngoMsombuluko: "Ithimba laseBooysens beliphenya isigameko, kepha manje icala selidluliselwe kulonye uphiko," esho.

Amaphoyisa anxusa umphakathi noma onolwazi ngokuthi bakuphi abasolwa axhumane noSergeant Kenneth Nefuranyele wamaphoyisa aseGoli ku-082 964 7771 noma ku-011 497 7114.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.