Osolwa ngokugqema abantu ngesando ubanjwe evele ngelinye icala enkantolo

2017-10-29 12:00

Port Elizabeth – Owesilisa okukholakala ukuthi uyena othinyeka esigamekweni sokuhlasela ngesihluku abantu ngesando kwaze kwasona abathathu uvele phambi kweMantshi yasePort Elizabeth.

Lo msolwa oneminyaka engu-21 ubudala uboshwe ngoLwesithathu enkantolo kaMantshi ePaterson lapho abebhekene nelinye icala lokugqekeza.

Lo mlisa kusolakala ukuthi uyena owahlasela izaguga eziseminyakeni yo-70 ngesikhathi ebahlasela emzini wabo oseSchoenmakerskop ngomhlaka 26 Septhemba.

OLUNYE UDABA:Lihlaselwe ngesando laphucwa isibhamu iphoyisa laseKapa

Uyathinteka futhi esigamekweni sokubulala uTyrone Plaatjies, 49, owashaywa wabulawa ngomhlaka 23 Septhemba ngesikhathi kuphangwa indlu ehlala lowo oqapha amathuna eForrest Hills.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Priscilla Naidu uthi uPlaatjies kanye nomngani wakhe bebelele ku-caraveni ngesikhathi behlaselwa amadoda amabili ngo-23:45.

“Oyedwa wabasolwa wayehlome ngesando, wabagqemba ngaso ephendelela. Abasolwa laba basesha le-caraveni befuna imali, kodwa bathola u-R50, umakhalekhukhwini kanye nemoto kamufi.

“UPlaatjies washonela endeleleni eya esibhedlela,”kusho uNaidu.

Lo msolwa ubhekene namacala amathathu okubulala, namabili okukhebenga futhi kukholakala ukuthi uyabandakanyeka kwezinye izigameko zokugebenga ezenzeka eSummerstrand naseHumewood, kodwa uphenyo luyaqhubeka.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.