Osolwa ngokushisa intombazane, 15, ulaxaze esokufaka ibheyili

2017-05-30 07:02

Johannesburg - Indoda yaseNorth West esolwa ngokushisa ibulale intombazane, 15, emasontweni amabili adlule inqabe ukufaka isicelo sebheyili ngoMsombuluko.

Abameli baTshepo Manyiki  batshele iNkantolo yeMantshi yaseKlerksdorp ukuthi ikhasimende labo lincamela ukuggunywa esitokisini.

UManyiki, 32, uphinde wacela inkantolo ukuba imhlalise yedwa esitokisini njengoba ebesatshiswa.

OLUNYE UDABA: Umfelokazi unqatshelwe ibheyili kwelokubulala umyeni

Lona wesilisa usolwa ngokubulala uNombuyiselo Nombewu ngokumokhela ngomlilo.

Isidumbu sikaNombuyiselo sitholwe ehlathini elingamamitha ambalwa ukusuka kubo ngemuva kwezinsuku ezimbili kubikwe emaphoyiseni ukuthi udukile.

Amaphoyisa abopha uManyiki ngemuva kwezinsolo zookubandakanyeka esigamekweni sokubulala.

Icala lihlehliselwe umhlaka-31 Julayi ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo.

 - TimesLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter        

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.