Osolwa ngokweba u-R54m kwa-MTN uthi akanamali

2017-10-11 13:59

eGoli - UBrenda Ruth Moshabane obhekene nelokuqola i-MTN izigidi zamarandi utshele inkantolo ukuthi akanayo imali.

Lo msolwa owayesebenzela u-MTN njenge-Accountant ubhekene necala lokuqola nokweba imali elinganiselwa ku-R54 million kule nkampani.

Ngokwemibiko evelayo, kuthiwa lo msolwa wayefaka imali kwi-akhawunti yakhe ethi ukhokhela izinkampani ezibahlinzeka ngomsebenzi.

UMoshabane, 42, ukhale ngokuhlehliswa kakhulu kwaleli calala lakhe kangangokuba uze wabikela inkantolo iSpecialised Crimes Court, ukuthi kuzobanzima ukuthi aqhubeke nokukhokhela abameli.

OLUNYE UDABA:U-MTN uyavuma ukuthi ama-data abiza kakhulu kwabahlwempu

Lo msolwa usho lokhu ngabameli bakhe ngemuva kokuthi uMshushisi woMbuso uBongani Chauke acele inkantolo ukuba lihlehliswe okwesikhashana ukuze kuzotholakala izitatimende zalo msolwa zasebhange.

Abameli balo msolwa bathe lokhu kuhlehliswa kwecala kudla ephaketheni lekhasimende labo.

UMbuso usuwavalile ama-akhawunti akhe kanti okwamanje ungaphandle ngebheyili ka-R200 000. 

Icala lihlehliselwe u-Okthoba 19, kubika i-KZN EYETHU.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.