Osomatekisi babuyiselwe amatekisi abo

2016-04-01 10:01

KwaZulu-Natal - Ngemuva kwesiteleka esiphazamise abaningi KwaZulu-Natal phakathi kwaleli sonto, nokuyisimo esibone kushona oyedwa kwalimala abaningi, iziphathimandla zezokuthutha zizizwile izikhalo zosomatekisi zababuyisela izimoto zabo.

Ngemuva komhlangano wosomatekisi nabezokuthutha, okhulumela usoseshini i-KZN Taxi Alliance uBafana Mhlongo uthe iziphathimandla zivumile ukuthi ngeke zibophe amatekisi angenawo amaphemithi.

OLUNYE UDABA:‘Zincane izingozi ezibandakanya amatekisi kunezimoto ezincane’

“Sibatshelile ukuthi inkinga yamaphemithi yenziwe umnyango, okuwuwona ongawakhiphi ngesikhathi esifanele. Sibuye savumelana ngokuthi esikhundleni sokuthi basikhokhise u-R1500 wokukhipha itekisi ngalinye kungcono kukhokhwe uR1000,” kusho yena.

Kudutshulwe kwabulala umshayeli wetekisi uSbusiso Zulu, 29, waseMtubatuba kwadutshulwa ozakwabo ababili.

Ngokusho kwemithombo umbulali ubezama ukuzivikela ngemuva kokuthi uSbusiso nozakwabo bamchukuluze bemlandela ngoba egibeze owesimame kuthela wayeka, kubika iDailysun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.