Owayedlala kwiGenerations uzobonakala kwifilimu entsha

2017-09-01 19:30

Johannebsurg - Umlingisi ophinde abengusomabhizinisi uSophie Ndaba usezitholele indawo entsha efilimini, iShe is King.

USophie uzodlala indawo kaSibongile kule filimu.

OLUNYE UDABA:Ujoyina iSidingo owaxoshwa kwiGenerations endala

Lo mlingisi uthi ujabulile futhi akasakwazi nokulinda ukuthi aqale le ndawo azobe eyilingisa.

Kule filimu lesi sihlabani sizobe sinabanye abalingisi okubalwa kubo odlala kumdlalo kamabonakude Isidingo uKhabonina Qubeka kanjalo noMike Mvelase owayedlala indawo kaKhaphela kwiGenerations endala.

- ISITHOMBE:

Wedding vibes @suncity #BethuelAndThandiWedding #SophlaEvents #TheWeddingPlanner

A post shared by Sophie Ndaba SophlaEvents (@sophie.ndaba) on

Kuvela lezi zindaba nje, lowo obelingisa kuMuvhango, uZweli Dube, owayedlala indawo kaPule, uzobonakala kwifilimu ebizwa ngokuthi yiNext Assignment: Code Blue lapho ezobe edlala khona indawo kaLieutenant Jake Mhamha.

Le filimu iqoshelwa kuleli kanti izothuthela eLos Angeles kuyoqhutshekwa nomsebenzi ngonyaka ozayo.

 - Drum

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.