Owayelingisa kuMuvhango uqinisekise awokushada

2016-08-10 12:32

Durban - Owayelingisa kuMuvhango uqinisekise amahlebezi wokuthi useganile.

Izinsolo zithi uSimphiwe Ngema nesoka lakhe uDumi Masilela sebebophe elikasofa silahlane.

OLUNYE UDABA:Umlingisi emkhankasweni wokukhuthaza intsha

Lokhu kulandela ukuba uSimphiwe abhale enkundleni yezokuxhumana u-twitter ebonga futhi encoma abesimame ababenaye bemeseka eba ngunkosikazi, ngisho ngemimuva kwamahlebezi wokuthi uthandana nomunye umlingisi kungakapheli nesonto eganile.

Kuthiwa lezi zithandani zineminyaka zithandana yize bengathandi ukukhuluma ngezindaba zabo kuze kube yimanje, kubika iTimeslive.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.