Owayengumholi we-ANC uthi uMolefe angasamukeli isikhundla ePhalamende

2017-02-18 13:31

Cape Town – Lowo owayengumholi we-ANC esifundazweni iNorth West usenxuse uBrian Molefe ukuba angasamukeli isikhundla sokuba yilungu lePhalamende.

Owayeyiphini likasihlalo we-ANC eNorth West, uChina Dodovu, ucele uMolefe ukuba angasamukeli lesi sikhundla.

“Isizathu salokhu ukuthi akasona isakhamuzi saseNorth West futhi akalona ilungu le-ANC eNorth West. Ngesikhathi i-ANC ihlanganisa uhlu lukazwelonke ngo-1994 kwaqinisekiswa ukuthi  isifundazwe simelwa ngabantu bakhona ePhalamende,” kusho uDodovu.

OLUNYE UDABA: Kushone umfana ominze emgodini

UMolefe akaze asebenze ezinhlakeni zaseNorth West, kuqhuba uDodovu.

Kodwa unobhala we-ANC esifundazweni, uDakota Legoete, ukuqinisekisile ukuthi uMolefe uyilungu elihle ku-Ward 29 eHartebeespoortdam eMadibeng.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.