Owayengunkosikazi kaMsawawa ukhala ngokukhokhela imoto eyebiwa

2016-11-15 16:01

Durban - Usomabhizinisi u-Angela Gwala ajababule neze ngokwenzeka empilweni yakhe.

Lo mame owayegane umculi weKwaito uMsawawa uthi kudala ezama ukuthola imoto eyebiwa ngesikhathi iqashwe kwinkampani yakhe eqashisa ngezimoto.

UGwala uthi kunowesimame owaqasha imoto yohlobo lwe-VW Polo ngenani lika-R450 ngosuku.

Uthi imoto kwakumele ibuye ngemuva kwezinsuku ezine kodwa akuzange kwenzeke ngoba isoka lale ntokazi la thatha le moto labaleka nayo.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa amthole esibhedlela obesolwa ngokuduna imoto

Kwakhishwa itracker yale moto kanti namanje leli soka alaziwa selokhu lanyamalala eMpangeni.

Lo wesimame okunguyena owaqasha imoto waboshwa, kodwa inkantolo yamdedela ngoba kuthiwa wayengazi ukuthi isoka lali nezinhloso zokweba imoto.

"Inkampani yami iyacwila ngoba ngikhokhela imoto engekho ngakumina, sengikhokhe imali engango-R49 000 selokhu yanyamalala.

Abomshwalense kanye namaphoyisa asaphenya ngalolu daba, kubika iDaily Sun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.