Owayesebenza epulazini usezoba uMeya

2016-08-18 12:30

Limpopo - Ikomidi eliphezulu le-ANC eMopane likuqinisekisile ukuqokwa kukathishela kanye nesisebenzi sasepulazini kwesobuMeya.

UPeter Matlou, unguthishela esikoleni samabanga aphansi ukhethwe uMeya Godfrey "City" Modjadji, obhekelele umasipala iGreater Letaba kanti lokhu kwamukelwe yibo bonke abaholi boMdabu eLetaba.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe 49 kwabebefuna imeya yehle esikhundleni

Omunye oqokelwe ukuba umeya waseMaruleng uDipuo Thobejane. Lokhu kumangaze abaningi njengoba ulwazi lomsebenzi analo elokusebenza epulazini.

Kuthiwa uThobejane uwushiye ngenyanga edlule umsebenzi wakhe endaweni yokudlela epulazini ngemuva kokuzwa ukuthi igama lakhe lihamba phambili esikhundleni sokuba uMeya.

UThobejane ungumgcinimafa kuphiko lwentsha eMopani futhi uyisekel likanobhala kwi-Young Communist League khona eMopani, Sunday World.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.