Owayeyiphoyisa uboshelwe ukuzama ukubulala umyeni wakhe

2018-02-18 15:33

eMpumalanga - Owesimame owayeyiphoyisa ubhekene necala lokwakha itulo lokubulala umyeni wakhe naye oyiphoyisa elisebenzela uphiko oluphenya ngokwebiwa kwemfuyo eHectorsport ngoJulayi odlule.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Leonard Hlathi uthe uLerato Mokoena, 41, uboshiwe kanti uvele kancane enkantolo ngecala lokubandakanyeka kwakhe ekubulaweni komyeni wakhe uVusi Dlamini.

UHlathi uthi uMokoena, naye obengusayitsheni ngesikhathi sokubulawa komyeni wakhe ukhonjwa kwitulo alenza noMduduzi Ndlovu,24, ukuba kubulawe umyeni wakhe ngokuhlela ingozi lapho azoshayiswa khona yimoto bese iyabaleka.

Le ngozi yenzeka ngomhlaka 13 Julayi ngonyaka odlule.

OLUNYE UDABA:Namanje akukaboshwa muntu ngokugqekezwa kwesitolo eMnambithi

"Isu labo laphazamiseka ngesikhathi uNdlovu, owayesebenzisa imoto kMokoena eshayisa uDlamini, kodwa wahluleka ukuyilawula imoto yaphaphalaza yaze yabhajwa eceleni komgwaqo," kusho uHlathi.

UMokoena obesebenzela esiteshini saseTonga wayeyogoijima nomyeni wakhe ngesikhathi eshayiswa yimoto.

Watshela amaphoyisa ukuthi uNdlovu wabaleka ngemuva kwale ngozi, kodwa wagcina ebanjiwe.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.