Owe-DA ubekwe ngokusemthethweni njengeMeya e-PE

2016-08-18 12:30

Cape Town – Lowo oyilungu leDemocratic Alliance, u-Athol Trollip usekhethwe ngokusemthethweni njengeMeya yseNelson Mandela Bay.

UTrollip ukhethwe ngo-elethu ngemuva komhlangano womkhandlu obushubile.

I- DA yiyo eyathola amavoti amaningi kulo mkhandlu obufunwa kakhulu okhethweni lwangomhlaka-3 Agasti.

OLUNYE UDABA: 'UMaimane akayena umholi we-DA, uzidlela imali nje kuphela'

Amalungu e-ANC aphazamise lo mhlangano ungakaqali asabisa ngokuya eNkantolo eNkulu uma lo mhlangano ungahlakazwa.

I-ANC ikhala ngokuthi indlela okukhishwa ngayo izihlalo kulo mkhandlu iyasolisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.