Owe-EFF ufuna ubufakazi bokuthi ngezakhe yini izingane

2016-05-03 13:30

Polokwane - Ilungu le-Economic Freedom Fighters (EFF) ePhalamende, uThilivhali Elphus Mulaudzi, uyiswe enkantolo ngemuva kokwala ukukhokha imali yesondlo sezingane zakhe ezintathu ngenxa yokuthi ufuna ubufakazi bokuthi ngezakhe ngempela yini.

Umama wezingane ezintathu umangalele leli lungu le-EFF enkantolo ngoLwesihlanu.

"Ngifuna ondle izingane zethu kodwa akafuni,” kusho umama, ocele ukuba lingadalulwa igama lakhe.

Funda nalolu daba: Ababhikishi bavalele uMaimane

Lona wesifazane uthi kusukela ngo-2013, uMulaudzi wondla izingane zakhe zontathu ngemali engu-R1 700 ngenyanga.

Uthi kodwa ngonyaka odlule wayeka ukukhipha le mali.

Kubikwa ukuthi ngesikhathi i-ANA  ifonela uMulaudzi imcela ukuba aphawule, uthe uyamazi lona wesifazae kanye nezingane nokuthi umangalelwe enkantolo kodwa wathi ufuna kwenziwe ulibofizo ukuthola ukuthi ngezakhe ngempela yini izingane.

Icala lihlehliselwe uMay 5.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.