Owe-IFP uthi bahlola amanzi ngobhoko

2016-08-18 13:30

Durban - Inkatha Freedom Party ithi ukusebenza ngokubambisana kwamaqembu amakhulu kwezombusazwe kunika abantu umhlahlandlela wokuthi kuzoba njani kukhetho lwango-2019.

“Sisamelwe u-2019 kanti uma sizobambisana kahle kusukela manje, nginesiqiniseko sokuthi ngo-2019 sizobe sihamba phambili ngoba kuyalibhedela iqembu elibusayo,”kusho uNarend Singh oyilunga le-IFP ePhalamende.

Funda nalolu daba:I-IFP yamukele amalunga e-NFP ngezandla ezimhlophe

Ngokwemibiko ye-eNCA, i-IFP ingahle ithole abanye omasipala abahlanu kanye nezifunda ezintathu ngokubambisana namanye amaqembu afana ne-EFF ne-DA.

“Kwakunesikhathi lapho abanye abantu babezitshela ukuthi kuzobusa iqemnbu elilodwa kuze kubuya ongabonwayo, kodwa sezivele zajika izinto,” kuqhubeka uSingh.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.