Owe-PSL wathelekelwa abakwasidlodlo enkundleni ngezokungondli

2017-05-16 16:01

Johannesburg - Umdlali we-Premier Soccer League uthelekelwe amaphoyisa enkundleni yezemidlalo, iFNB Stadium, ngezinsolo zokungayondli ingane.

Isigameko senzeke ngoMgqibelo odlule ngaphambi komdlalo obuphakathi kweKaizer Chiefs neLamontville Golden Arrows.

UNkosinathi Mthiyane, odlalela i-Orlando Pirates obolekiselwe i-Arrows, wafica amaphoyisa nomama wengane yakhe bemlindile egumbini okugqokela kulo abadlali enkundleni yezemidlalo.

Amaphoyisa ayephethe amasamanisi nomyalelo wesondlo.

OLUNYE UDABA:Uboshiwe owakwaMandela ngokungakhokhi isondlo sengane

Kusolwa ukuthi uMthiyane, 28, uyahluleka ukondla ingane yakhe selokhu aqala ukudlalela i-Arrows ngoJanuwari.

Umama wengane, igama lakhe eligodliwe ngenhloso yokuvikela ingane, waphoqeleka ukuba abikele iJohannesburg Family Court ngodaba.

Okhulumela amaphoyisa uLorraine van Emmerik uqinisekise ukuthi ozakwabo balinda uMthiyane enkundleni bamugixabeza ngamaphepha enkantolo.

 - Sunday World

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter        


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.