Owebhola kuthiwa akazondli izingane zakhe ezingu-8

2016-05-01 10:05

Johannesburg - Umdlali weqembu lebhola lezinyawo ogijima kuBafana Bafana aphinde adlalele ne-Orlando Pirates, u-Ayanda Gcaba, usolwa ngokwenza ezibukwayo ngaphansi kwamashidi amhlophe.

Lo mdlali wasemuva usolwa ngokuba nezingane ezingu-8 namantombazan eahlukene.

U-Alice Masukwu uthi uGcaba akazinakekeli izngane zakhe kodwa uphila impilo yabadla izambane likapondo.

OLUNYE UDABA: OweSkeem Saam utapele u-Ace intombi

U-Alice ubhale enkundleni yezokuxhumana  wathi: "Izingane zakhe  zigcwele la eGoli kodwa akazondli. Ubhubhudla imali namantombazane  futhi uhambe ezibandakanya ocansini nawo. Uya emakilabhini njalo ngezimpelasonto futhi uyisidakwa. Kazi unezingane ezingakhi kwezinye izifundazwe ngoba la eGoli unenqwaba.

Ngesikhathi abeSunday Sun bethinta uGcaba  mayelana nezinslo ezibhekiswe kuye buthe u-Alice ufuna ukumcekela phansi.

"Yazi le ntombazane u-Alice Masukwu isinesikhathi inginaka futhi angizazi lezi zinsolo, angazi uzithatha kuphi.

"Ngiyazondla izingane zami.

"Angikuthandi ukuba sebaphephani ngento engingayazi," usho njalo.

Kodwa uGcaba akazange avume noma akuphikise ukuthi unezingane ezingu-8 nabantu besifazabne abangu-8 abahlukene.

Lesi sihlabani sebhola asiqali ukubandakanyeka ezindabeni ezibandakanya abantu besifazane.

Ngesikhathi edlalela iFree State Stars  eminyakeni eyishumi eyedlule omama bezingane zakhe baphuma ngobuningi babo behlome beyizingovolo ngesikhathi bezwa ukuthi usenentombi entsha.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.