OweBig NUZ uthi bayazikhohlisa abacabanga ukuthi bayahlukana

2016-07-24 09:00

Durban - UDJ Tira ongumnikazi wenkampani i-Afrotainment uthi usekhathele imibono yabantu abaqagelayo ngokuhlukana kweBig NUZ.

Lo DJ ukhulumela phezu kwemibiko yokuthi uMampintsha usevalela uDanger ngaphandle njengoba esezisungulele ilebula yakhe entsha yomculo i-West Ink.

OLUNYE UDABA:Ibhekene nezinkinga iBig Nuz - Umbiko

“Kunzima ukusho ukuthi ikusasa lisiphatheleni njengeBIG NUZ ngoba alaziwa ikusasa, kodwa akulona iqiniso ukuthi uDanger useshaywe ngesithende. Uhlezi ekhona kukho konke okwenzekayo ngaphandle uma uMampintsha eqashwe uBabes Wodumo emcimbini, kusho uTira.

Uqhubeke wathi uMampintsha useyilunga eliphelele le-Afrotainment futhi uyameseka kuyo yonke impumelelo yakhe, kubika ISOLEZWE.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.