OweDurban Braai Day ubophele umculo waphesheya

2017-12-23 10:11

Durban - Uzobe ubophele umculi waphesheya owe-DurbAn Braai Day , lo mcimbi uzoba ngoLwesibili e-Peoples Park Moses Mabhida eThekwini. 

Abantu ababehambele lo mcimbi ngonyaka owedlule bawuthokozela kakhulu. IDurban Braai Day ingenye yemicimbi ethakaselwa kakhulu emva kosuku lukaKhisimusi, njengoba ukwazi ukufika nomndeni wakho nezingane zinezindawo yazo yokudlala ezizohlinzekwa ngayo ngalolu suku.

UMonique Bingham okungmculi waphesheya we-house ungomunye obhekwe ngabomvu njengoba kungumculi waphesheya ongaconsi phansi kwabaningi

Lo mculi oyimvela kancane kuleli, owake wenza ingoma noBlack Coffee kulindeleke ukuthi aqhulule amanoni akhe angaconsi phansi kwabaningi okubalwa i-Deep in the bottom nenoni aduma ngalo kakhuku elashisa izikhotha elithi Take Me To My Love

Abaculi abalindeleke ukuthi banandise kubalwa uDJ Tira, DJ Cndo, Sphe & Naves, Dladla Mshunqisi, Micasa, Nasty C, Distruction Boyz, Benny Maverick, Professor kanye nabanye.

Amasango avulwa ngo-12 emini koze kube ngu-12 ezintatha, izingane ezinemunyaka engaphansi kuka-12 zingena mahhala.

Amathikithi atholakala ngo-R150 kanti awezicukuthwane angu-R400 kanti ukungena ne-cooler box ngu-R100 ,amabhodlela awangeni.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.