OweGospel waxoshelwa ukuhamba ngezinyawo ehhotela phesheya

2016-08-14 11:02

Johannesburg -  Umculi wokholo kuleli, uKhaya Mthethwa, ubhekane "nensambatheka" ephesheya kwezilwandle ngemuva kokuba ehambe ngezinyawo ehotela eUnited States.

UKhaya ube esebhala ezinkundleni zokuxhumana iTwitter ngokumehlele.

"Kuqale nini ukuba yicala ukuhamba ngezinyawo? Ngixoshwe ehhotela ngoba bengihamba ngezinyawo eTime Square! ...kuyinhlamba..."

OLUNYE UDABA: UKhaya Mthethwa uphoxe izinkakha zomculo wokholo

Akucaci ukuthi lo mculi ube sethola enye indawo yokuhla yini.

Lo mculi usechithe  isonto lonke e-US.

UKhaya uthe wayephuma ehhotela ewela umgwaqo eyothenga isamishi endaweni yokudlela, kwathi esethi uyathenga watshela ukuthi akuvumelekile ukuhamba ngezinyawo, kwathiwa kuthathwa njengenhlamba.

"Ngabe sengibuyela ehhotela ngacela ukulethelwa egumbini ukudla," etshela abeSunday Sun

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.