OweKwaito ucelwe ukuba axolise ngezinsolo zokushaya

2017-06-08 07:00

Johannesburg - Ngempelasonto edlule, kubikwe ukuthi isihlabani somculo weKwaito esiphinde sibe ngusomabhizini, u-Arthur Mafokate,  sikushaya intombi yaso engumculi, uCici.

Kuzwakale ukuthi lezi zithandani zaxabana emzini ezihlala kuwo zombili, uCici wamangalela u-Arthur.

U-Arthur waboshwa, amaphoyisa akuqinisekisa ukuthi wachitha ubusuku obubodwa esitokisini wabe esededelwa ngebheyili yemali engu-R500.

OLUNYE UDABA:U-Arthur Mafokate ulaxaze bonke abaculi bakhe evala inkampani – Umbiko

Namuhla iMens Forum okuyinhlangano ezimele icele u-Arthur ukuba axolise ngesigameko.

Okhulumela iMens Forum uBongani Ngomane uthe, "Kufanele usukume usho ukuthi lokhu akulungile, kufanele kuphele, lokho kuzothumela umyalezo wokuthi uma unezinkinga kunoma yisiphi isimo udlame alusilo isixazululo.

"Futhi uma kusukuma indoda efana no-Arthur, iphimisa lawo mazwi iphinde ixolise, lokhu kuzolungisa ubudlelwane obuba phakathi komuntu wesilisa nowesifazane ezweni."

 - Drum

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.