OweKwaito usolwa ngokuba nodlalme ngeyeDurban July

2016-07-05 20:28

Durban - Isihlabani somculo weKwaito eThekwini uLvovo Derrango singene obishini shi ngemuva kokusolwa ngu-DJ womsakazo YFM  uThobi Mthembu ngokungaziphathi kahle neDurban July.

UThobi ubhale enkundleni yezokuxhumana iTwitter ngokwenzeke ngempelasonto yangeDurban July KwaMax Chisanyama KwaZulu-Natal ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Kubulawe amalungu amathathu eqembu likaMaskandi

Kwakulindeleke ukuba anandise ngalolo suku uLvovo, kubika iDrum.

UThobi ezwakalisa ukuphoxeka kwakhe ngalesi sihlabani wathi "Sekuphelile ukumhlonipha uLvovo ngemuva kokuba emjikijele ngengilazi kulandela ukumgquzula ngephutha.

Okubhalwe kuTwitter:

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.