Owemuvhango usilandise ngendawo ayidlalayo nezinselela zayo

2016-08-04 19:00

Johannesburg - UThandaza woMuvhango etshengisa ku-SABC2 ngumlingisi oyintandokazi kwabaningi kanti futhi kungenzeka ukuthi lo mdlalo ubukwa kakhulu nje kungenxa yakhe.

USindi Dlathu odlala indawo kaThandaza uthi nakuba kunomvuzo akwenzayo futhi eyithanda nendawo ayidlalayo, uthi kunezinselela zakhona.

OLUNYE UDABA: Sithole ukwelashwa isihlabani seMuvhango

"Ngidlala indawo yomuntu odabukileyo kanti umqondo awazi ukuthi engikwenzayo ukulingisa ngoba kufanele 'ngiwugxilise kulento engiyenzayo. Okubuhlungu ukuthi kwesinye isikhathi asiphumi kuleyo ndawo ebesiyidlala," usho njlao etshekla iphephabhuku iBona.

USindi uphinde waqhuba ngokuthi okumsizayo ukuqeqeshwa; "Ngoba siqeqeshelwe ukuyenza lento. Siyazitshela ukuthi kufanele sigxile kulokhu esikwenzayo ngaleso sikhathi yize umzimba usuke ungavumi. Iningi lethu ligcina liyimvithi ukukhathala litshengisa nezimpawu zokukhwantalala," kusho uSindi.

USindi udlala indawo kaThandaza kuMuvhango ku-SABC2 nsuku zonke ngo-21:00.

Thola udaba oluphelele kuDrum...

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.